UMQEQESHI weDurban City, uPitso Dladla, uphumele obala ngokubukeka njengokuzitshwa kwakhe kwesokuba ngumqeqeshi oyinhloko ...
ILENGELWA yizembe imenenja yoMasipala waseMpendle, uMnuz Zakhele Tshabalala, njengoba umkhandlu usumbekele izinsuku eziyisikhombisa ukuba achaze ukuthi kungani kufanele angamiswa emsebenzini ...
BELIKHAFULA umlilo iphini likaKhomishana wamaPhoyisa, uLieutenant General Shadrack Sibiya, ngesikhathi livele phambi kwekomiti kwekhomishana ephenya izinsolo ezenziwa uKhomishana wamaPhoyisa ...
LUSONGWE ngenothi eliphezuiu usuku lokuqala lomjaho iDusi Canoe Marathon izolo, ingqwele yalo mjaho kwabesilisa, u-Andy ...
Kusolakala ukuthi amaphoyisa abelandela umkhondo wabasolwa ngaphambi kwengozi. Akukho kudubula okubikiwe. Kunxuswa abashayeli ...
Umdlalo uqale kubhekiwe ukuthi iPirates izophumelela yini ukunweba igebe lamaphuzu lifinyelele kwayisishiyagalolunye esicongweni kwi-log noma iSundowns esele ngomdlalo izolinciphisa. Nakuba kuqale ...
UVUTHA ungabaselwe umphakathi waku-Ward 1, KwaXimba usola ikhansela lakule ndawo eliyilungu eliqavile le-ANC, uMnuz Thembo Ntuli ngokugqoza kwentuthuko uze umbize ngokuthi uyefana nje nonodoli ...
“Mayelana noMbuthuma, uma unomdlali osemcane ofana naye, njengomqeqeshi usuke wazi ukuthi unomdlali onamakhono amaningi futhi onekusasa eqenjini. Esingakwenza ukumgqugquzela ukuze aqubheke nokusebenza ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results